Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 9:16 - IsiZulu 2020

16 Ngokuba lapho kukhona isabiwo sefa, kufuneka ukuba kube nesiqiniseko sokuthi owasenzayo usefile,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngokuba lapho kukhona itestamente*, kufuneka ukuba kubikwe ukufa kowalenzayo;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Ngokuba lapho kukhona khona isivumelwano, kumelwe ukuba kube khona nokufa kwalowo olenzayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngokuba lapho kukhona khona isivumelwano, kumelwe ukuba kube khona nokufa kwalowo olenzayo.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 9:16
8 Referans Kwoze  

Ngokuba ogcina wonke umthetho, kodwa akhubeke kowodwa nje, unecala kuwo wonke.


Njengalokhu ku-Adamu bonke bayafa, kanjalo-ke nakuKhristu bonke bayaphiliswa.


Ngokuba inkokhelo yesono ingukufa, kodwa isipho somusa sikaNkulunkulu singukuphila okuphakade kuKhristu uJesu iNkosi yethu.


Ngakho-ke njengalokhu isono sangena emhlabeni ngamuntu munye, nangesono kwangena ukufa, ngokunjalo ukufa kwabehlela abantu bonke, ngokuba bonke bonile.


Ngalokho-ke ungumxhumanisi wesivumelwano esisha, ukuze kuthi ngokufa okungenxa yokukhululwa eziphambekweni zesivumelwano sokuqala, ababiziweyo bazuze isithembiso sefa eliphakade.


ngokuba isabiwo sefa sisebenza kuphela uma sekufiwe, asikwazi ukuba namandla nxa esekhona owasenzayo.


Yona ethi ingukubengezela kwenkazimulo yakhe futhi ifuze Yena luqobo, iphasa konke ngezwi lamandla ayo. Ithe seyenzile ukuhlanzwa kwezono, yahlala ngakwesokunene soMkhulu kweliphezulu.


Kepha uNkulunkulu wokuthula, owakhuphula kwabafileyo umelusi omkhulu wezimvu ngegazi lesivumelwano saphakade, iNkosi yethu uJesu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite