Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 7:12 - IsiZulu 2020

12 Ngokuba lapho kunoguquko ebuphristini, kuba nesidingo sokuba kuguqulwe nomthetho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngokuba uma ubupristi buguquliwe, kuyadingeka ukuba kuguqulwe nomthetho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Ngokuba uma ubupristi buguqulwa, kufanele ukuba nomthetho uguqulwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngokuba uma ubupristi buguqulwa, kufanele ukuba nomthetho uguqulwe.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 7:12
7 Referans Kwoze  

Ngiyakuthatha abanye kubo babe ngabaphristi nabaLevi,” kusho uSimakade.


Uyakuzikhumbula izindlela zakho, ube namahloni, lapho wemukela odadewenu, omdala kunawe nomncane kunawe, ngikunike bona babe njengamadodakazi, kodwa hhayi ngenxa yesivumelwano sami nawe.


Uma-ke ukuphelela kutholakala ngobuphristi bukaLevi ngokuba isizwe samiselwa bona ngomthetho, pho kusadingeke ngani ukuba kuvele omunye umphristi ngokokuma kukaMelkhizedeki, kungabi ngokohlelo luka-Aroni na?


Ngoba lowo okushiwo ngaye lokho, ungowesinye isizwe okungakaze kube khona muntu kuso owake wakhonza e-althare.


Kepha iqondene nokudla, ukuphuza, nokugeza okunhlobonhlobo okuyizimiso zabantu, kuze kulethwe isikhathi senqubo entsha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite