Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 12:5 - IsiZulu 2020

5 Senikhohliwe yini ukugqugquzela aniyala ngakho nina eningabantwana, ethi: “Ndodana yami, ungakwedeleli ukuyala kweNkosi, ungadangali nxa Yona ikusola;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 senikhohliwe umyalo okhuluma kinina njengakubantwana wokuthi: “Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kweNkosi, uphele amandla, nxa usolwa yiyo,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Senikhohliwe isiyalezo esikhuluma kini njengakubantwana sokuthi: Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kweNkosi, ungaphelelwa amandla, lapho usolwa yiyo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Senikhohliwe isiyalezo esikhuluma kini njengakubantwana sokuthi: Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kweNkosi, ungaphelelwa amandla, lapho usolwa yiyo;

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 12:5
33 Referans Kwoze  

“ ‘Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale. Ngakho-ke yiba ngoshisayo, uphenduke.


Kepha ngokwehlulelwa yiNkosi, siyayalwa ukuze singalahlwa kanye nezwe.


Simakade, ubusisiwe umuntu omyalayo, omfundisa ngomthetho wakho.


Ubusisiwe umuntu okhuthazelayo lapho elingwa, ngokuba uma esevivinyiwe uyakwemukeliswa umqhele wokuphila, iNkosi ewuthembise labo abayithandayo.


Umphefumulo wami usesandleni sami njalo, nokho umthetho wakho angiwukhohlwa.


“Ngimzwile nokumuzwa u-Efrayimi ezikhalela, ethi: ‘Ungishayile, ngashayeka njengethole elingaqeqeshekile; ngibuyise ukuze ngibuye, ngokuba Wena unguSimakade uNkulunkulu wami.


Ngiyazi Simakade, ukuthi izehlulelo zakho zilungile, nokuthi ngokwethembeka wangijezisa.


USimakade wangijezisa kanzima, kodwa akanginikelanga ekufeni.


Bekezelani nxa niyalwa; uNkulunkulu uniphathisa okwabantwana, ngokuba yiyiphi indodana uyise angayiyaliyo na?


Ndodana yami, ungawukhohlwa umthetho wami, kepha inhliziyo yakho mayilonde imiyalelo yami,


Zuza ukuhlakanipha, uzuze ukuqonda; ungakhohlwa, ungachezuki emazwini omlomo wami;


Noma senginjengemvaba entuthwini, izimiso zakho angizikhohlwa.


Ngizothokoza ngezimiso zakho; angiyukulikhohlwa izwi lakho.


“Ukhona yini oke wathi kuNkulunkulu: ‘Ngethweswe icala noma ngingonanga.


Akekho lapha; uvukile. Khumbulani ukuthi wakhuluma wathini kini eseseGalile,


Base bewakhumbula-ke amazwi akhe.


Ngingakahlupheki ngaduka, kepha manje sengiyaligcina izwi lakho.


Kungani ukuba umuntu akhononde ngempilo yakhe na? Makakhononde ngezono zakhe.


Masingakhathali ngukwenza okuhle, ngokuba siyovuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali.


kulabo kukhona uHimenewu no-Aleksandru, engibanikele kuSathane, ukuze bayalwe ukuba bangahlambalazi.


Ngiyanincenga bazalwane, lamukeleni kahle izwi lokuyala, ngokuba nginilobele lona ngamazwi amafuphi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite