Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 12:20 - IsiZulu 2020

20 ngokuba babengenakukuthwala lokho abayalwa ngakho kokuthi: “Ngisho nesilwane, uma sithinta intaba, siyakukhandwa ngamatshe.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 ngokuba babengenakukuthwala lokho abayalwa ngakho kokuthi: “Ngisho nesilwane, uma sithinta intaba, siyakukhandwa ngamatshe,”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Ngokuba babengenakukubekezelela lokho okwakuyaliwe ukuthi: Futhi uma isilwane sithinta intaba, siyakukhandwa ngamatshe, noma sigwazwe ngomcibisholo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngokuba babengenakukubekezelela lokho okwakuyaliwe ukuthi: Futhi uma isilwane sithinta intaba, siyakukhandwa ngamatshe, noma sigwazwe ngomcibisholo;

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 12:20
6 Referans Kwoze  

Ngokuba bonke abayeme emisebenzini yomthetho, baphansi kwesiqalekiso, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abangabambeleli, bakwenze konke njalo okulotshwe encwadini yomthetho.”


Ngokuba mina ngafa kuwo umthetho, ukuze ngiphile noNkulunkulu ngibethelwe noKhristu.


wathi: “USimakade weza evela eSinayi, wabakhanyisela evela eSeyiri, wakhazimula entabeni iPharanu. Weza nezigidi zabangcwele; ebaphathele umthetho ovuthayo esandleni sakhe sokunene.


Ngosuku lwesithathu ekuseni, kwaba nokuduma, nombani, nefu elimnyama phezu kwentaba, nokukhala okukhulu kwecilongo, abantu bonke ababesenkanjini bathuthumela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite