Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KuFilemoni 1:19 - IsiZulu 2020

19 Mina, Pawula, ngikulobele ngesandla sami, ngiyakukubuyisela, ukuze ngingasho kuwe ukuthi unecala kimi ngoba oyikho, uyikho ngami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 mina Pawulu ngikuloba ngesandla sami, ngiyakukukhokha ukuba ngingaze ngisho kuwe ukuthi nawe unecala kimi elinguwe uqobo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Mina Pawuli ngikulobile ngesami isandla, mina ngizakubuyisela;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Mina Pawuli ngikulobile ngesami isandla, mina ngizakubuyisela;

Gade chapit la Kopi




KuFilemoni 1:19
14 Referans Kwoze  

Ake nibone nje ukuthi nginilobela amagama angakanani ngesami isandla.


Mina Pawula ngithi kini: uma nisoka, uKhristu akanalusizo lwalutho kini.


Nakuba ningaba nabafundisi abayizi-10 000 kuKhristu, nokho oyihlo ababaningi, ngokuba yimina enganizala kuKhristu uJesu ngevangeli.


KuThithu, umntanami, ngokweqiniso ekukholweni esikuhlanganyele sonke: makube kuwe umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba nakuKhristu uJesu uMsindisi wethu.


kuThimothewu, umntanami isiminya okholweni: makube kuwe umusa, ububele nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba nakuKhristu uJesu iNkosi yethu.


Nina niyincwadi yethu ebhalwe ezinhliziyweni zethu, eyaziwa futhi ifundwa ngabantu bonke.


Mina luqobo ngiyakuba yisibambiso sakhe; uyakumfuna kimi, uma ngingambuyisi ngimbeke phambi kwakho, lokho kuyakuba yicala lami imihla yonke yokuphila kwami,


Mina, Therthiyu, olobe le ncwadi ngiyakhonza kini eNkosini.


funa uma sengifika nabaseMakhedoniya banifumane ningazilungiselele, bese siyaphoxeka singasakwazi ukunitusa ngalo msebenzi.


Mina Pawula uqobo, ngiyanincenga ngobumnene nangobubele bukaKhristu. Mina engithobile uma ngiphambi kwenu, kodwa uma ngingekho phambi kwenu nginesibindi.


Kepha uma kukhona akone ngakho noma anecala kuwe ngakho, kubalele kimi lokho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite