Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KuFilemoni 1:13 - IsiZulu 2020

13 ebengifisa ukumgcina ahlale lapha ukuze angisize esikhundleni sakho, njengoba ngisaboshwe ngenxa yevangeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 ebengifuna ukumbamba ahlale kimi, ukuze angikhonze esikhundleni sakho ngisekuboshweni ngenxa yevangeli;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 ebengingathanda ukumbamba mina, ukuze esikhundleni sakho angisebenzele ezibopho zevangeli;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 ebengingathanda ukumbamba mina, ukuze esikhundleni sakho angisebenzele ezibopho zevangeli;

Gade chapit la Kopi




KuFilemoni 1:13
8 Referans Kwoze  

Nakuba kufanele ukuba ngicabange kanjalo ngani nonke, ngokuba nisenhliziyweni yami nonke, lokhu nina nonke nihlanganyele nami emseni, ekuboshweni kwami, ekulivikeleni nasekuliqiniseni ivangeli.


Ngenxa yalokho, mina Pawula ngiyisiboshwa sikaKhristu uJesu ngenxa yenu, nina bezizwe.


Ngiyathokoza ngokufika kukaStefana, uFortunatu no-Akhayiku, lokhu basivalile isikhala sokungabi bikho kwenu lapha.


UPawula, isiboshwa sikaKhristu uJesu noThimothewu umzalwane, kuFilemoni isithandwa nesisebenzi kanye nathi,


ngokuba, ngenxa yomsebenzi kaKhristu, ucishe wafa edela impilo yakhe, ukuze agcwalise okusileleyo ekungisizeni kwenu.


Ngakho-ke mina siboshwa eNkosini ngiyanikhuthaza ukuba nihambe ngokufanele ukubizwa enabizwa ngakho,


Ngikuncenga ngomntanami u-Onesimu, engimzale njengoba ngiboshiwe.


Ngimthumele kuwe, yena oyinhliziyo yami,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite