Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 8:59 - IsiZulu 2020

59 Base becosha amatshe ukuze bamkhande ngawo, kodwa uJesu wafihlakala kubo, waphuma ethempelini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

59 Base bethatha amatshe ukuba bamkhande. Kepha uJesu wasithela, waphuma ethempelini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

59 Base bedobha amatshe ukuba bamjikijele, kepha uJesu wacasha, waphuma ethempelini, edabula phakathi kwabo, wadlula kanjalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

59 Base bedobha amatshe ukuba bamjikijele, kepha uJesu wacasha, waphuma ethempelini, edabula phakathi kwabo, wadlula kanjalo.

Gade chapit la Kopi




Johane 8:59
18 Referans Kwoze  

Abafundi bathi kuye: “Rabi, akukapholi maseko abaJuda befuna ukukukhanda ngamatshe, usuya khona futhi na?”


Ohlambalaza igama likaSimakade uyokufa nokufa. Impela inhlangano yonke iyomkhanda ngamatshe. Umfokazi noma umnsinsi wokuzimilela uyobulawa, uma ehlambalaza igama likaSimakade.


Base bekhamuluka ngezwi elikhulu, bavala izindlebe, bamthelekela kanyekanye,


Ngakho-ke uPilatu, wathi kubo: “Mthatheni nina, nimehlulele ngomthetho wakini.” AbaJuda bathi kuye: “Asivunyelwe thina ukubulala umuntu,”


Nisenokukhanya, kholwani ngukukhanya, ukuze nibe ngabantu bokukhanya.” UJesu washo lokhu wamuka kubo, wafihleka kubo.


Ngakho-ke uJesu akabange esahamba obala phakathi kwabaJuda, kodwa wasuka lapho waya ezweni eliseduze nogwadule, emzini okuthiwa yi-Efrayimi. Wahlala lapho nabafundi bakhe.


Kepha owayephilisiwe wayengazi ukuthi ungubani, ngokuba uJesu wayemonyukile, lokhu kwakukhona isixuku kuleyo ndawo.


Ayesevuleka amehlo abo, bambona ukuthi ungubani, wayesenyamalala kubo.


Abesilisa abasha nabadala ababengaphandle kwendlu kaLothi bashaywa ngobumpumputhe, bawufuna umnyango baze badikibala.


UDavide wayekhathazekile kakhulu, ngoba abantu base bebhunga ngokumkhanda ngamatshe, lokhu izinhliziyo zabo bonke abantu zazinomunyu, ngenxa yamadodana namadodakazi abo. Kepha uDavide wathola amandla kuSimakade uNkulunkulu wakhe.


AbaFarisi baphuma, bafakana imilomo ukuthi bangambhubhisa kanjani.


Kuthe uJesu edlula, wabona indoda eyayiyimpumputhe kwasekuzalweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite