Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 8:45 - IsiZulu 2020

45 Kepha ngenxa yokuba ngikhuluma iqiniso, aningikholwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 Kepha mina, ngokuba ngikhuluma iqiniso, anikholwa yimi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

45 Ngokuba nginitshela iqiniso, anikholwa yimi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

45 Ngokuba nginitshela iqiniso, anikholwa yimi.

Gade chapit la Kopi




Johane 8:45
7 Referans Kwoze  

nangayo yonke inkohliso yokungalungi kwababhubhayo, ngenxa yokuba bengakuvumanga ukuthanda iqiniso, ukuze basindiswe.


Ngabe sengiphenduke isitha senu ngokunitshela iqiniso na?


Wayesethi uPilatu kuye: “Kanti uyinkosi ngempela na?” UJesu waphendula, wathi: “Usho khona ukuthi ngiyinkosi; ngokuba ngazalelwa lokho, ngafikela lokho emhlabeni, ukuba ngifakazele iqiniso. Bonke abeqiniso bayalizwa izwi lami.”


Izwe ngeke linizonde nina, kodwa Mina liyangizonda, ngokuba ngifakaza ngalo ukuthi imisebenzi yalo mibi.


Ngubani-ke kini ongadalula isono engisenzileyo na? Uma ngikhuluma iqiniso, pho aningikholwa ngani na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite