Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 8:35 - IsiZulu 2020

35 Isigqila asihlali nomndeni unomphela, kodwa indodana ehlala phakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Isigqila kambe asihlali phakade endlini; kepha indodana ihlala phakade.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

35 Inceku ayihlali phakade endlini, kepha indodana ihlala phakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

35 Inceku ayihlali phakade endlini, kepha indodana ihlala phakade.

Gade chapit la Kopi




Johane 8:35
13 Referans Kwoze  

“Wayesethi uyise kuyo: ‘Ndodana, wena uhlala nami njalo; konke okwami kungokwakho.


wathi ku-Abhrahama: “Xosha lesi sigqila nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqila ngeke idle ifa nendodana yami u-Isaka.”


Kepha uma isikhulu sinika enye yezinceku zaso isipho efeni laso, siyakuba ngesenceku kuze kube ngunyaka wokukhululeka, bese sibuyela esikhulwini, kodwa impela ifa laso liyakuba ngelamadodana aso.


Ngokuba nafa, ukuphila kwenu kufihlwe noKhristu kuNkulunkulu,


kodwa uJesu Yena, ngenxa yokuthi uphila ingunaphakade, unobuphristi obungenakuguquka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite