Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 8:3 - IsiZulu 2020

3 Izazimthetho nabaFarisi baletha kuye owesifazane owayebanjwe oqotsheni, ephinga. Bammisa phakathi kwabo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kepha ababhali nabaFarisi baletha kuye owesifazane ebanjwe ephinga; sebemmise phakathi kwabo,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Ababhali nabaFarisi baletha kuye owesifazane obanjwe ephinga; sebemmise phakathi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ababhali nabaFarisi baletha kuye owesifazane obanjwe ephinga; sebemmise phakathi.

Gade chapit la Kopi




Johane 8:3
10 Referans Kwoze  

Entathakusa wabuyela ethempelini, bonke abantu beza kuye, wayesehlala phansi wabafundisa.


bathi: “Mfundisi, lo wesifazane ubanjwe oqotsheni, ephinga.


Bathi ukuzwa lokho, baphuma ngamunye ngamunye, kuqala kwabadala kwaze kwaba ngabokugcina. UJesu wasala yedwa nowesifazane emile khona lapho.


babamisa phakathi kwabo, bababuza bathi: “Nikwenze lokhu ngaliphi igunya nangaliphi igama na?”


Labo abamfumana etheza izinkuni, bamletha kuMose no-Aroni nakuyo yonke inhlangano.


Ngiyakukwehlulela ngesehlulelo seziphingikazi nesabachithi begazi, ngehlisele phezu kwakho igazi lolaka nomhawu.


Abantu abalungileyo bayakubehlulela ngokwehlulelwa kowesifazane ophingayo nangokwabesifazane abachitha igazi, ngokuba bayiziphingi, futhi negazi lisezandleni zabo.


Waqoqa bonke abaphristi abakhulu nezazimthetho zesizwe, wabuza kubo ukuthi uKhristu uzakuzalelwa kuphi.


Base bemyisa kubaFarisi obekade eyimpumputhe.


Ngalokho-ke uma indoda isaphila, yena bese eba ngowenye indoda, uyakubizwa ngesindindwa, kodwa uma indoda isifile, ukhululekile emthethweni, akasiso isindindwa, uma eba ngowenye indoda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite