Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 7:51 - IsiZulu 2020

51 “Konje umthetho wakithi uyamlahla yini umuntu ngecala ungakamuzwa eziphendulela kuqala, bese wazi-ke ukuthi wenzeni na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 “Konje umthetho wakithi uyamlahla yini umuntu ungakamuzwa kuqala, uze wazi akwenzayo, na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

51 Umthetho wethu uyamgweba yini umuntu, ungakamuzwa, wazi akwenzayo na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

51 Umthetho wethu uyamgweba yini umuntu, ungakamuzwa, wazi akwenzayo na?

Gade chapit la Kopi




Johane 7:51
8 Referans Kwoze  

Ukuphendula ungakezwa kungubuwula nehlazo kuye.


Maningakhethi abantu ekwehluleleni, mlaleleni omncane njengomkhulu, ningesabi buso bamuntu, ngokuba ukwehlulela kungokukaNkulunkulu. Indaba elukhuni kini niyoyiletha kimi, ngiyizwe.’


Khona uPawula wathi kuye: “UNkulunkulu uzakukushaya wena ludonga olucakiweyo; uhleli ukuba ungehlulele ngokomthetho, kodwa wephula umthetho ngokuyala ukuba ngishaywe na?”


Ngobufakazi bofakazi ababili noma abathathu lowo ofanele ukufa, uyakubulawa. Kodwa ngobufakazi bomuntu oyedwa, akayukubulawa.


“Awuyukusabalalisa umbiko ongamanga, awuyukubambisana nababi ukwethula ubufakazi obungamanga.


“ ‘Noma ngubani obulala umuntu, uyobulawa ngenxa yobufakazi obethulwe ngaye. Kepha akekho oyobulawa ngenxa yobufakazi bomuntu oyedwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite