Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 7:43 - IsiZulu 2020

43 Ngakho-ke kwaba khona ukwehlukana ngaye esixukwini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Ngakho kwaba khona ukwahlukana ngaye esixukwini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

43 Kwaba khona ukwahlukana ngaye esixukwini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Kwaba khona ukwahlukana ngaye esixukwini.

Gade chapit la Kopi




Johane 7:43
7 Referans Kwoze  

Kwaba khona futhi ukwehlukana phakathi kwabaJuda ngenxa yalawa mazwi.


Ngakho-ke abanye kubaFarisi bathi: “Lo muntu akaveli kuNkulunkulu, ngokuba akawuhloniphi umthetho wesabatha.” Abanye bathi: “Umuntu oyisoni angazenza kanjani izibonakaliso ezinje na?” Kwaba khona ukwehlukana phakathi kwabo.


Kwakukhona ukuvungazela okukhulu ngaye ezixukwini, abanye bethi: “Ungumuntu olungileyo.” Abanye bethi: “Qha, ukhohlisa isixuku.”


Kepha uquqaba lomuzi lwalwehlukene phakathi, abanye babemi nabaJuda, abanye nabaphostoli.


Nicabanga ukuthi ngilethe ukuthula emhlabeni na? Phinde! Kepha ngithi kini: ngilethe ukwehlukana.


Yebo, ngize ukuphambanisa umuntu noyise, indodakazi nonina, umalokazana noninazala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite