Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:64 - IsiZulu 2020

64 Kepha bakhona abanye kini abangakholwayo.” UJesu wayazi kwasekuqaleni ukuthi ngobani abangakholwayo, nokuthi ngubani ozakumkhaphela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

64 Kepha bakhona abanye phakathi kwenu abangakholwa. Ngokuba uJesu wazi kwasekuqaleni ukuba ngobani abangakholwa nokuba ngubani ozakumkhaphela.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

64 Kodwa bakhona abanye kini abangakholwa. Ngokuba uJesu wayazi kwasekuqaleni ukuthi bangobani abangakholwa nokuthi ngubani oyakumkhaphela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

64 Kodwa bakhona abanye kini abangakholwa. Ngokuba uJesu wayazi kwasekuqaleni ukuthi bangobani abangakholwa nokuthi ngubani oyakumkhaphela.

Gade chapit la Kopi




Johane 6:64
20 Referans Kwoze  

kodwa nina anikholwa, ngokuba anisizo izimvu zami.


Akukho lutho futhi oludaliweyo olungabonakali phambi kwakhe, kodwa konke kwambuliwe kwaba sobala emehlweni akhe, yena esiyakuzilanda kuye.


Nokho isisekelo esiqinileyo sikaNkulunkulu simi siqinile, sinalolu phawu oluthi: “INkosi iyabazi abangabayo,” nokuthi: “Yilowo nalowo ophatha igama likaKhristu makadede kukho ukungalungi.”


Ngokuba labo ayebazi phambilini, wabamisa kwaphambilini ukuba bafane nesimo seNdodana yakhe, ukuze yona ibe yizibulo kubazalwane abaningi;


Kepha uJesu, azi ukuthi abafundi bakhe bayakhononda ngalokho, wathi kubo: “Ngabe lokho kuyanicasula yini na?


kodwa ngiyanazi nina ukuthi aninalo uthando lukaNkulunkulu kini.


okwaziwayo kwaphakade.


Kusukela lapho, abaningi kubafundi bakhe babuyela emuva, ababe besahamba naye.


Kepha nginitshelile ngathi: ningibonile, kodwa anikholwanga.


Animazi, kodwa Mina ngiyamazi. Uma ngingathi angimazi, ngingaba ngumqambimanga njengani. Kepha ngiyamazi, ngigcina izwi lakhe.


UJesu wathi kubo: “Nina ningabalapha ezweni, kodwa Mina ngingowaphezulu. Nina ningabaleli lizwe, kodwa Mina angisiye owaleli lizwe.


uSimoni umKhanani, noJuda Iskariyothe, lo owakhaphela uJesu.


Lapho abaningi kubafundi bakhe bekuzwa lokho, bathi: “Leli lizwi lilukhuni, pho ngubani ongaliqonda na?”


Ngakho-ke uJesu ekwazi konke okuzakumehlela, waphuma, wathi kubo: “Nifuna bani na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite