Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:59 - IsiZulu 2020

59 UJesu wakukhuluma lokhu efundisa esinagogeni, eKhaphernawume.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

59 Lokho wakukhuluma esinagogeni* efundisa eKapernawume.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

59 Lokho wakukhuluma esinagogeni efundisa eKapernawume.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

59 Lokho wakukhuluma esinagogeni efundisa eKapernawume.

Gade chapit la Kopi




Johane 6:59
8 Referans Kwoze  

Ngakho-ke lapho isixuku sibona ukuthi uJesu nabafundi bakhe abekho lapho, sangena ezikebheni, saya eKhapernawume siyofuna uJesu.


UJesu wamphendula, wathi: “Ngikhulumile esidlangalaleni ezweni. Ngezikhathi zonke, bengifundisa esinagogeni nasethempelini, lapho kubuthana khona bonke abaJuda, angikhulumanga lutho ngasese.


Wehlela eKhaphernawume, umuzi iGalile. Wayebafundisa abantu kulusuku lwesabatha.


Walihamba lonke iGalile efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephilisa abantu ezifweni zonke nasebuthakathakeni bonke.


bagibela esikebheni, bawela ulwandle beya ngaphesheya eKhaphernawume. Kwase kuhlwile, kepha uJesu wayengakafiki kubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite