Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:46 - IsiZulu 2020

46 Lokho akusho ukuthi ukhona oseke wambona uBaba, ngaphandle kwalowo ovela kuNkulunkulu, nguYena ombonileyo uBaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

46 Akusikho ukuthi ukhona oke wambona uBaba, kuphela ovela kuNkulunkulu; nguyena ombonile uBaba.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

46 Kungesikho ukuthi ukhona oke wabona uBaba, kuphela ovela kuNkulunkulu;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

46 Kungesikho ukuthi ukhona oke wabona uBaba, kuphela ovela kuNkulunkulu;

Gade chapit la Kopi




Johane 6:46
14 Referans Kwoze  

Akekho osewake wabona uNkulunkulu; nguNkulunkulu, iNdodana ezelwe yodwa, esesifubeni sikaYise embonakalisile.


Ngiyamazi Mina, ngokuba ngivela kuye, futhi nguye ongithumileyo.”


Konke kunikelwe kimi nguBaba; akekho owaziyo ukuthi iNdodana ingubani, kuphela uYise, nokuthi uYise ungubani, kuphela iNdodana, nalowo iNdodana ethanda ukumembulela yena.”


“Konke ngikunikwe nguBaba. Akekho owazi iNdodana, kuphela uYise, futhi akekho owazi uYise, kuphela iNdodana, nalowo iNdodana ethanda ukumambulela.


Nguye kuphela ongafiyo, ohlala ekukhanyeni okungenakusondelwa kukho, ongakaze abonwe muntu, futhi ongebonwe. Makube kuye udumo namandla aphakade. Amen.


Akekho umuntu osewake wabona uNkulunkulu. Uma sithandana, uNkulunkulu uhlala kithi, nothando lwakhe luphelele kithi.


Yona ingumfanekiso kaNkulunkulu ongabonwayo, iyizibulo lakho konke okudaliweyo,


Ukuba bengingayenzanga imisebenzi phakathi kwabo, engazange yenziwe muntu omunye, ngabe abanasono; kepha manje bayibonile, bangizonda Mina kanye noBaba.


Animazi, kodwa Mina ngiyamazi. Uma ngingathi angimazi, ngingaba ngumqambimanga njengani. Kepha ngiyamazi, ngigcina izwi lakhe.


Base bethi kuye: “Uphi uyihlo na?” UJesu waphendula, wathi: “Aningazi Mina kanjalo noBaba; ukuba beningazi Mina, beniyakumazi noBaba.”


naye uBaba ongithumileyo uyifakazile ngami. Nina anikaze nilizwe iphimbo lakhe noma nibone isiqu sakhe.


bambona uNkulunkulu ka-Israyeli; phansi kwezinyawo zakhe kwakukhona okwakufana nendawo egandaywe ngamatshe esafire, kungathi yizulu uqobo ngokucweba.


Ukuba beningazi Mina, beniyakumazi noBaba; kodwa niyamazi manje, futhi nimbonile.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite