Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:36 - IsiZulu 2020

36 Kepha nginitshelile ngathi: ningibonile, kodwa anikholwanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Kepha ngithe kini: Ningibonile, nokho anikholwa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

36 Kepha ngithe kini: Ningibonile nani, anikholwanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

36 Kepha ngithe kini: Ningibonile nani, anikholwanga.

Gade chapit la Kopi




Johane 6:36
9 Referans Kwoze  

Nakuba ayezenzile izibonakaliso eziningi, bezibonela ngawabo, kodwa abakholwanga kuye,


UJesu wabaphendula, wathi: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: aningifuni ngokuba nabona izibonakaliso, kodwa ngokuba nadla izinkwa, nasutha.


“Kepha u-Abhrahama wathi kuso: ‘Uma bengakulaleli okushiwo nguMose nabaphrofethi, abayukuzwa, noma kungavuka umuntu kwabafileyo.’ ”


Ukuba bengingayenzanga imisebenzi phakathi kwabo, engazange yenziwe muntu omunye, ngabe abanasono; kepha manje bayibonile, bangizonda Mina kanye noBaba.


Kepha bakhona abanye kini abangakholwayo.” UJesu wayazi kwasekuqaleni ukuthi ngobani abangakholwayo, nokuthi ngubani ozakumkhaphela.


Ngokuba lokhu kuyintando kaBaba, ukuba yilowo nalowo obona iNdodana, akholwe yiyo, abe nokuphila okuphakade; Mina ngiyakumvusa ngomhla wokuphela.”


Nokho-ke bathi kuye: “Pho sibonakaliso sini ozakusenza, ukuba sibone, ukuze sikholwe nguwe na? Uzokwenzani?


Konke uBaba angipha khona, kuyakuza kimi; lowo ozayo kimi, angisoze ngamlahla ngaphandle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite