Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:30 - IsiZulu 2020

30 Nokho-ke bathi kuye: “Pho sibonakaliso sini ozakusenza, ukuba sibone, ukuze sikholwe nguwe na? Uzokwenzani?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Ngakho bathi kuye: “Pho, wenza sibonakaliso sini ukuba sibone, sikholwe nguwe, na? Usebenzani na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Bathi kuye: “Pho, usenza isibonakaliso bani, ukuze sibone, sikholwe nguwe na? usebenzani?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Bathi kuye: “Pho, usenza isibonakaliso bani, ukuze sibone, sikholwe nguwe na? usebenzani?

Gade chapit la Kopi




Johane 6:30
22 Referans Kwoze  

Nakuba ayezenzile izibonakaliso eziningi, bezibonela ngawabo, kodwa abakholwanga kuye,


Ngokuba abaJuda bafuna izibonakaliso, kuthi amaGriki afune ukuhlakanipha.


Kepha uma ngiyenza, nakuba ningakholwa yimi, kholwani-ke yimisebenzi, ukuze nazi futhi niqonde ukuthi uBaba ukimi, nami ngikuye.”


Kepha nginitshelile ngathi: ningibonile, kodwa anikholwanga.


Ngakho-ke abaJuda bambuza, bathi: “Usibonisa sibonakaliso sini ngokwenza lokhu na?”


UNkulunkulu efakaza kanye nabo ngezibonakaliso, ngezimangaliso, ngemisebenzi yamandla enhlobonhlobo, nangokwabelwa kukaMoya oNgcwele ngokwentando yakhe.


wena welule isandla sakho ukuphulukisa, ukwenza izibonakaliso nezimangaliso ngegama leNceku yakho engcwele uJesu.”


UKhristu, iNkosi yakwa-Israyeli, makehle manje esiphambanweni, ukuze sibone, sikholwe.” Nababebethelwe naye, bamhlambalaza.


Kwafika kuye abaFarisi, baqala ukuqophisana naye, befuna isibonakaliso esivela ezulwini, bemlinga.


abathi: “Makaphangise, asheshise umsebenzi wakhe ukuze siwubone; malisondele, lifike icebo loNgcwele ka-Israyeli, ukuze sazi!”


I-althare ladabuka, umlotha owawukulo wachitheka njengokwesibonakaliso esasishiwo yilowo muntu kaNkulunkulu ngezwi likaSimakade.


Wabanika isibonakaliso ngalolo lusuku, wathi: “Nasi isibonakaliso uSimakade asishoyo, uthi: i-athare liyakudatshulwa, kuthi umlotha ophezu kwalo uchithwe.”


“Uma bengakukholwa, noma bengasishayi mkhuba isibonakaliso sakho sokuqala, bayosikholwa esilandelayo.


Abafundi bakhe babesahambile beyothenga ukudla emzini.


“Uma uFaro ethi yenzani isibonakaliso, ubokuthi ku-Aroni: ‘Thatha induku yakho uyiphonse phansi phambi kukaFaro; iyophenduka inyoka.’ ”


Isixuku esikhulu samlandela, ngokuba sasibone izibonakaliso ayezenza kulabo abagulayo.


Kwathi abantu bebona isibonakaliso asenzileyo, bathi: “Impela, lo nguMphrofethi ozayo emhlabeni.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite