Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:13 - IsiZulu 2020

13 Bayibutha imvuthuluka yezinkwa ezinhlanu zebhali eyayisele ngenkathi abantu bedla, yagcwala iziqabetho ezili-12.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Base bebutha, bagcwalisa iziqabetho eziyishumi nambili ngemvuthuluka yezinkwa eziyisihlanu zebhali* eyasala kwabadlileyo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Base bebutha, bagcwalisa iziqabetho eziyishumi nambili imvuthuluka yezinkwa eziyisihlanu zebhali, ezasala kwabadlileyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Base bebutha, bagcwalisa iziqabetho eziyishumi nambili imvuthuluka yezinkwa eziyisihlanu zebhali, ezasala kwabadlileyo.

Gade chapit la Kopi




Johane 6:13
9 Referans Kwoze  

UNkulunkulu wami uyakunabela konke enikudingayo ngokwengcebo yakhe ekukhazimuleni kuKhristu uJesu.


U-Amaziya wayesethi kulowo muntu kaNkulunkulu: “Pho manje sizokwenzenjani ngamathalenta ayikhulu engikhokhele ngawo impi yakwa-Israyeli na?” Umuntu kaNkulunkulu wathi: “USimakade unamandla okukunika okuningi kunalokho.”


Sase sikubeka phambi kwabo; badla, kwasala njengokusho kukaSimakade.


Badla bonke, basutha, babutha imvuthuluka eyayisele, yagcwala iziqabetho ezili-12.


“Kukhona umfana lapha onezinkwa zebhali ezinhlanu nezinhlanzi ezimbili, kodwa kuyini lokhu kubantu abaningi kangaka na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite