Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:1 - IsiZulu 2020

1 Emva kwalokho uJesu wawelela ngaphesheya kolwandle iGalile, oluseThibheriya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Emva kwalokho uJesu wamuka waya phesheya kolwandle lwaseGalile olungolwaseTiberiya.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Emva kwalokho uJesu wamuka waya phesheya kolwandle lwaseGalile olungolwaseTiberiya.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Emva kwalokho uJesu wamuka waya phesheya kolwandle lwaseGalile olungolwaseTiberiya.

Gade chapit la Kopi




Johane 6:1
12 Referans Kwoze  

Kwafika ezinye izikebhe zivela eThibheriya zema eduze nendawo lapho babedle khona isinkwa emuva kokuba iNkosi isibongile.


Kwathi uJesu emi ngasolwandle iGenezaretha, isixuku samngunga ukuze sizwe izwi likaNkulunkulu.


Kwathi ehamba ngasolwandle iGalile, wabona izelamani ezimbili, uSimoni okuthiwa nguPhethro no-Andreya umfowabo, bephonsa inetha olwandle, ngokuba babengabadobi.


Sekwedlule lokho, uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi bakhe ngasolwandle iThibheriya. Wazibonakalisa kanje:


wehle eShefamu, uye eRibhila empumalanga e-Ayini, wehle njalo uze ufinyelele emmangweni ongasolwandle iKhinerethi, empumalanga.


UJesu wasuka lapho, waya ngasolwandle iGalile, wenyukela entabeni, wahlala phansi lapho.


ne-Araba kuya olwandle iKhinerethi, kuya oLwandle i-Araba, nasoLwandle Lukasawoti ngasempumalanga, endleleni eya eBhethi Jeshimothi eningizimu phansi kwemithambeka iPhisiga,


Emva kwalokho uJesu wahlala eGalile, ngokuba wayengathandi ukuya eJudiya, lokhu abaJuda babefuna ukumbulala.


Base bethi kuyo: “Pho amehlo akho avulwe kanjani na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite