Johane 5:40 - IsiZulu 202040 Kepha anifuni ukuza kimi ukuze nibe nokuphila. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE40 Kepha anivumi ukuza kimi ukuba nibe nokuphila. Gade chapit laBaasraak Zulu New Testament Bible40 Kodwa anithandi ukuza kimi, ukuze nibe nokuphila. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202440 Kodwa anithandi ukuza kimi, ukuze nibe nokuphila. Gade chapit la |
Yini eyenza kungabi bikho muntu lapho ngifika na? Kungani kungasabelanga muntu nalapho nginibiza na? Ngabe isandla sami sifinyeziwe yini ukuba singahlengi na? Noma angisenamandla okukhulula na? Ngokukhuza kwami ngiyomisa ulwandle, ngenze imifula ibe yihlane, izinhlanzi zayo zinuke; ngokuba engekho amanzi, ziyofa zibulawa wukoma.