Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 4:13 - IsiZulu 2020

13 UJesu waphendula, wathi kuye: “Yilowo nalowo ophuza lawa manzi uyakuphinde ome.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Waphendula uJesu, wathi kuye: “Yilowo nalowo ophuza lawa manzi uyakubuye ome;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 UJesu waphendula wathi kuye: “Yilowo nalowo ophuza lawa manzi uyakubuye ome;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 UJesu waphendula wathi kuye: “Yilowo nalowo ophuza lawa manzi uyakubuye ome;

Gade chapit la Kopi




Johane 4:13
6 Referans Kwoze  

Ningasebenzeli ukudla okuphelayo, kepha ukudla okuhlala kuze kube ngukuphila okuphakade, eyakunipha khona iNdodana yomuntu, ngokuba uYise uNkulunkulu ubekile uphawu lwakhe kuyo.”


Samemeza sathi: ‘Baba Abhrahama, ngihawukele, uthume uLazaru, ukuba agcobhoze isihloko somunwe wakhe emanzini, apholise ulimi lwami, ngokuba ngisezinhlungwini ezinzima kabi kuleli langabi.’


Okhokho benu badla imana ehlane, bafa.


Ngabe Wena umkhulu yini kunokhokho wethu uJakobe owasipha lo mthombo, waphuza kuwo, yena namadodana akhe nemihlambi yakhe na?”


Kepha lowo oyakuphuza amanzi engiyakumnika wona, akayikoma naphakade. Ngokuba amanzi engiyakumnika wona ayakuba kuye ngumthombo wamanzi aphuphumsayo, kube ngukuphila kwaphakade.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite