Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 4:12 - IsiZulu 2020

12 Ngabe Wena umkhulu yini kunokhokho wethu uJakobe owasipha lo mthombo, waphuza kuwo, yena namadodana akhe nemihlambi yakhe na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kanti wena umkhulu yini kunobaba uJakobe owasinika lo mthombo, waphuza kuwo, yena kanye namadodana akhe nemihlambi yakhe, na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Wena umkhulu yini kunobaba uJakobe owasinika lo mthombo, waphuza kuwo yena, nabantwana bakhe, nezinkomo zakhe, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wena umkhulu yini kunobaba uJakobe owasinika lo mthombo, waphuza kuwo yena, nabantwana bakhe, nezinkomo zakhe, na?

Gade chapit la Kopi




Johane 4:12
8 Referans Kwoze  

Ngokuba lo ubonakale eyifanele inkazimulo enkulu kunoMose, njengalokhu umakhi wendlu unodumo olukhulu kunendlu.


Kwakukhona umthombo kaJakobe lapho. Ngakho-ke uJesu esekhathele ukuhamba, wahlala ngasemthonjeni. Kwakungaba yihora lesithupha.


Indlovukazi yaseningizimu nayo iyakuma nalesi sizukulwane ekwahlulelweni, isilahle ngecala. Ngokuba yasuka emikhawulweni yomhlaba izolalela ukuhlakanipha kukaSolomoni. Lapha kukhona okukhulu kunoSolomoni.


Ngabe wena umkhulu yini kunobaba u-Abhrahama owafa na? Nabaphrofethi bafa. Pho wena uzenza bani na?”


Ngakho-ke wafika eSamariya emzini okuthiwa yiSikhari, eduze nesiqinti uJakobe asinika uJosefa, indodana yakhe.


UJesu waphendula, wathi kuye: “Yilowo nalowo ophuza lawa manzi uyakuphinde ome.


Okhokho bethu babekhonza uNkulunkulu kule ntaba, kepha nina nithi iseJerusalema indawo lapho kufanele kukhonzelwe khona.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite