Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 21:3 - IsiZulu 2020

3 USimoni Phethro wathi kubo: “Ngisayodoba.” Bathi kuye: “Nathi sihamba nawe.” Bahamba, bangena esikebheni; kodwa ngalobo busuku ababambanga lutho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 USimoni Petru wathi kubo: “Ngiya kodoba.” Bathi kuye: “Nathi sihamba nawe.” Base bephuma, bangena emkhunjini; kepha ngalobo busuku ababambanga lutho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 USimoni Petru wathi kubo: “Ngiya kodoba. Basebesithi kuye: Lathi sihamba lawe. Base bephuma, bangena emkhunjini masinyane; futhi ngalobo busuku ababambanga lutho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 USimoni Petru wathi kubo: “Ngiya kodoba. Basebesithi kuye: Lathi sihamba lawe. Base bephuma, bangena emkhunjini masinyane; futhi ngalobo busuku ababambanga lutho.

Gade chapit la Kopi




Johane 21:3
11 Referans Kwoze  

USimoni waphendula, wathi: “Nkosi, sisebenze ubusuku bonke, kodwa asibambanga lutho. Kepha njengoba usho, ngizakuwehlisa amanetha.”


Bazalwane, niyakukhumbula ukukhandleka nokushikashikeka kwethu; sisebenza ubusuku nemini, ukuze singabi ngumthwalo nakoyedwa kini, lapho sinishumayeza ivangeli likaNkulunkulu.


Noma kunjalo otshalayo noniselayo kabalutho, kodwa okunguYena kuphela uNkulunkulu okhulisayo.


Kanti yimi noBharnabha kuphela yini esingenalo ilungelo lokuyeka ukusebenza na?


Nina niyazi ukuthi ngazisebenzela ngalezi zandla zami ukwenelisa izidingo zami nezalabo enganginabo.


Ngokuba wayenza umsebenzi ofanayo nowabo, wahlala nabo, basebenza, ngokuba umsebenzi wabo kwakungukuthunga amathende.


Kuthe sekusa, uJesu wabonakala emi ogwini, kodwa abafundi babengazi ukuthi nguYena.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite