Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 21:1 - IsiZulu 2020

1 Sekwedlule lokho, uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi bakhe ngasolwandle iThibheriya. Wazibonakalisa kanje:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Emva kwalokho uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi ngaselwandle lwaseTiberiya; wazibonakalisa kanje:

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Emva kwalokho uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi ngaselwandle lwaseTiberiya; wazibonakalisa kanjalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Emva kwalokho uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi ngaselwandle lwaseTiberiya; wazibonakalisa kanjalo.

Gade chapit la Kopi




Johane 21:1
11 Referans Kwoze  

Emva kwalokho uJesu wawelela ngaphesheya kolwandle iGalile, oluseThibheriya.


Kwafika ezinye izikebhe zivela eThibheriya zema eduze nendawo lapho babedle khona isinkwa emuva kokuba iNkosi isibongile.


Abafundi abali-11 baya eGalile, kuleyo ntaba uJesu ayebayalele yona.


Phuthumani, nitshele abafundi bakhe ukuthi uvukile kwabafileyo. Useyanandulela ukuya eGalile, nizakumbona khona. Niyabona-ke, senginitshelile.”


kodwa emva kokuba sengivusiwe ngiyakunandulela ukuya eGalile.”


Lokhu kwase kungokwesithathu uJesu ebonakaliswa kubafundi, esevukile kwabafileyo.


Emveni kwalokho wabonakala engesinye isimo kwababili babo ababehamba beya emzaneni.


Kepha hambani nibikele abafundi bakhe noPhethro ukuthi uzakunandulela ukuya eGalile. Kulapho-ke nizakumbona khona, njengalokhu ayenitshelile.”


Kamuva wabonakala kwabali-11, behlezi bedla. Wabasola ngokungakholwa kwabo, nangobulukhuni bezinhliziyo zabo, ngokuba bengabakholwanga labo ababembonile esevukile.


Emva kokuhlupheka kwakhe, wazibonakalisa kubo ephilile ngobufakazi obuningi, eziveza kubo ngalezi zinsuku ezingama-40, ekhuluma nabo ngombuso kaNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite