Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 20:7 - IsiZulu 2020

7 neduku ebelisekhanda likaJesu lingekho ezindwangwini zelineni, kodwa lisongwe lodwa likwenye indawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 neduku ebelisekhanda lakhe libekiwe lingekho ezindwangwini zelineni, kepha lisongwe lilodwa kwenye indawo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Neduku elalisekhanda lakhe, lingekho kanye nelineni, kodwa lisongiwe wodwa ndaweninye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Neduku elalisekhanda lakhe, lingekho kanye nelineni, kodwa lisongiwe wodwa ndaweninye.

Gade chapit la Kopi




Johane 20:7
4 Referans Kwoze  

Waphuma obefile eboshwe ngezindwangu ezinyaweni nasezandleni, ubuso bakhe bumbozwe ngesiqephu sendwangu. UJesu wathi kubo: “Mthukululeni, nimyeke ahambe.”


“Kweza nenye, yathi: ‘Nkosi, nantu uhlamvu lwakho lwemali engalusonga ngendwangu ngalulondoloza.


Base besithatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni, basigquma ngamakha njengokosiko lwabaJuda lokungcwaba.


Wafika noSimoni Phethro owayemlandela, wangena ethuneni, wabona izindwangu zelineni zilapho,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite