Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 20:15 - IsiZulu 2020

15 UJesu wathi kuye: “Mame, ukhalelani na? Ufuna bani na?” Kepha ecabanga ukuthi lo ngumphathi wensimu, wathi: “Nkosi, uma umsusile lapha, ngitshele ukuthi umbeke kuphi, ukuze ngihambe ngiyomthatha mina.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 UJesu wathi kuye: “Mame, ukhalelani na? Ufuna bani na?” Kepha yena ethi ngumphathi wensimu wathi kuye: “Nkosi, uma umsusile, ngitshele ukuthi umbekephi, ngiye ngiyakumthatha mina.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 UJesu wathi kuye: “Mame, ukhalelani na? ufuna bani? Yena ecabanga ukuthi ngumphathi wensimu, wathi kuye: “Nkosi, uma umsusile, ngitshele lapho ombeke khona, mina ngiyakumsusa;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 UJesu wathi kuye: “Mame, ukhalelani na? ufuna bani? Yena ecabanga ukuthi ngumphathi wensimu, wathi kuye: “Nkosi, uma umsusile, ngitshele lapho ombeke khona, mina ngiyakumsusa;

Gade chapit la Kopi




Johane 20:15
12 Referans Kwoze  

Izingelosi zathi kuye: “Mame, ukhalelani na?” Wathi kuzo: “Bayithathile iNkosi yami, futhi angazi ukuthi bayibeke kuphi.”


Ngakho-ke wabuye wababuza, wathi: “Nifuna bani na?” Bathi: “UJesu waseNazaretha.”


UJesu waphenduka, wababona bemlandela, wathi kubo: “Nifunani na?” Bathi: “Rabi,” okusho ukuthi Mfundisi: “Uhlala kuphi na?”


Kepha yathi kubo: “Ningethuki; nifuna uJesu waseNazaretha obebethelwe esiphambanweni. Uvukile; kakho lapha; bonani nansi indawo lapho bebembeke khona.


Ingelosi yaphendula yathi kwabesifazane: “Ningesabi, ngokuba ngiyazi ukuthi nifuna uJesu obebethelwe esiphambanweni.


Manje ngizovuka ngizungeze emzini, emigwaqweni nasemashashalazini, ngizomfuna othandwa ngumphefumulo wami. Ngamfuna, kodwa angimtholanga.


Ungasho ukuthi incekukazi yakho ingowesifazane okhohlakele, ngokuba kungenxa yobuningi bosizi lwami nangokuchukuluzwa kwami, yingakho ngikhuluma kuze kube manje.”


Ngakho-ke uJesu ekwazi konke okuzakumehlela, waphuma, wathi kubo: “Nifuna bani na?”


Besaba, base bekhothama bathi mbo ngobuso phansi, ayesethi kubo: “Nimfunelani ophilayo kwabafileyo na?


Nzalo yezinyoka, ningakukhuluma kanjani okuhle nibe nibabi na? Ngokuba umlomo ukhuluma okuchichima enhliziyweni.


Uyephi othandiweyo wakho, wena omuhle kakhulu phakathi kwabesifazane na? Ushonephi othandiweyo wakho sikufunise?


Becabanga ukuthi uphakathi kwababehambisana nabo, bahamba ibanga losuku bamfuna phakathi kwezihlobo nabazana nabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite