Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 2:6 - IsiZulu 2020

6 Kwakukhona lapho izimbiza eziyisithupha ezazenziwe ngamatshe, zibekwe ngokwesiko labaJuda lokugeza izandla. Imbiza ngayinye yayimumatha umthamo othi awube yizilinganiso ezimbili noma ezintathu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kwakukhona lapho izimbiza zamatshe eziyisithupha zibekwe ngesiko lokuhlamba labaJuda, ziphethe yileso naleso izilinganiso ezimbili noma ezintathu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Kwakukhona lapho izimbiza zamanzi eziyisithupha zamatshe ngokwesimiso samaJuda sokuhlambulula, iyinye ingalingana amashedi amabili nantathu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kwakukhona lapho izimbiza zamanzi eziyisithupha zamatshe ngokwesimiso samaJuda sokuhlambulula, iyinye ingalingana amashedi amabili nantathu.

Gade chapit la Kopi




Johane 2:6
9 Referans Kwoze  

Kwaqubuka impikiswano phakathi kwabafundi bakaJohane nomJuda othile mayelana nokuhlambulula.


Kepha iqondene nokudla, ukuphuza, nokugeza okunhlobonhlobo okuyizimiso zabantu, kuze kulethwe isikhathi senqubo entsha.


ukuba alingcwelise, alihlambulule ngokuligeza ngamanzi, nangezwi,


masisondele ngenhliziyo eqinisileyo nangokwethemba kokukholwa okupheleleyo, zifafaziwe izinhliziyo zethu konembeza ababi, nomzimba wethu ugeziwe ngamanzi acwebileyo.


Ngokuba isikhulunyiwe imiyalelo yonke ngokomthetho nguMose kubantu bonke, wathatha igazi lamathole, elezimbuzi, amanzi, uboya obubomvu nehisophi, wafafaza incwadi nabantu bonke,


nemfundiso ngombhabhadiso, ngokubeka izandla, ukuvuka kwabafileyo, nokwehlulelwa okuphakade.


“Wathi: ‘Amabhati ayikhulu amafutha.’ “Yayisithi kuye: ‘Thatha incwadi yakho yesikweletu, usheshe uhlale phansi, ubhale angama-50.’


UJesu wathi ezincekwini: “Gcwalisani izimbiza ngamanzi.” Zazigcwalisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite