Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 19:9 - IsiZulu 2020

9 wabuye wangena endlini yokwehlulela, wathi kuJesu: “Ungowaphi wena na?” Kepha uJesu akamphendulanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 wabuye wangena enqabeni, wathi kuJesu: “Ungowaphi wena na?” Kepha uJesu kamphendulanga.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Wabuye wangena endlini yokwahlulela, wathi kuJesu: “Ungowaphi na? Kodwa uJesu kamphendulanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wabuye wangena endlini yokwahlulela, wathi kuJesu: “Ungowaphi na? Kodwa uJesu kamphendulanga.

Gade chapit la Kopi




Johane 19:9
18 Referans Kwoze  

UPilatu wabuye wangena endlini yokwehlulela, wabiza uJesu, wathi kuye: “Wena uyinkosi yabaJuda na?”


Maningethuswa ngalutho yilabo abamelene nani, okuyisiboniso kubo sokubhubha kwabo, kodwa nina niyakusindiswa; lokhu impela kuvela kuNkulunkulu.


UJesu waphendula, wathi kubo: “Ngisho noma ngizifakazela Mina, ubufakazi bami buyiqiniso, ngokuba ngiyazi ukuthi ngivelaphi nokuthi ngiyaphi. Nina anazi ukuthi ngivelaphi nokuthi ngiyaphi.


Kepha uJesu wathula du. Umphristi omkhulu wayesethi kuye: “Ngikufungisa uNkulunkulu ophilayo ukuba usitshele uma unguKhristu, iNdodana kaNkulunkulu.”


Yacindezelwa, yahlushwa, kodwa ayiwuvulanga umlomo wayo. Njengewundlu liyiswa ekuhlatshweni, nanjengemvu ithule phambi kwabagundi bayo, ayiwuvulanga umlomo wayo.


Owesifazane wahamba wabikela umyeni wakhe, wathi: “Kufike kimi umuntu kaNkulunkulu, isimo sakhe sifana nesengelosi kaNkulunkulu, esabeka kakhulu. Angimbuzanga ukuthi uvelaphi, futhi akangitshelanga igama lakhe,


Wayesethi uPilatu kuye: “Kanti uyinkosi ngempela na?” UJesu waphendula, wathi: “Usho khona ukuthi ngiyinkosi; ngokuba ngazalelwa lokho, ngafikela lokho emhlabeni, ukuba ngifakazele iqiniso. Bonke abeqiniso bayalizwa izwi lami.”


Amabutho ombusi ayesemthatha uJesu, amngenisa enqabeni, ayeseqoqela kuye iviyo lonke lamabutho.


UHerode wambuza ngokuningi, kodwa kamphendulanga ngalutho.


Khona bamhola uJesu esuka kuKhayafase, bamyisa enkundleni yokwehlulela; kwakusekuseni. Kepha bona kabangenanga enkundleni yokwehlulela ukuze bangazingcolisi, kodwa bakwazi ukudla iPhasika.


UJesu waphendula, wathi: “Uzisholo lokho wena yini, noma abanye bakutshele kanjalo ngami na?”


Kuthe lapho uPilatu ezwa leli lizwi, wesaba kakhulu,


UPilatu wayesethi kuye: “Kungani ungakhulumi nami na? Awazi yini ukuthi mina nginegunya lokukukhulula, negunya lokukubethela esiphambanweni na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite