Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 19:40 - IsiZulu 2020

40 Base besithatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni, basigquma ngamakha njengokosiko lwabaJuda lokungcwaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Ngakho base besithatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni kanye namakha njengesiko labaJuda lokumbela.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Base bethatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni kanye namakha, njengomkhuba wabaJuda ukumbela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Base bethatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni kanye namakha, njengomkhuba wabaJuda ukumbela.

Gade chapit la Kopi




Johane 19:40
9 Referans Kwoze  

Waphuma obefile eboshwe ngezindwangu ezinyaweni nasezandleni, ubuso bakhe bumbozwe ngesiqephu sendwangu. UJesu wathi kubo: “Mthukululeni, nimyeke ahambe.”


Izinsizwa zasuka, zamsonga, zamkhiphela phandle, zamngcwaba.


Nokho uPhethro wasukuma, wagijima eqonde ethuneni, wafike walunguza, wazibona izindwangu zelineni zisele zodwa. Wayesehamba, waya ekhaya emangele ngokwenzekileyo.


Ngokuba lo wesifazane, ngokuthela lawa mafutha emzimbeni wami, ukwenzele ukungilungisela ukumbelwa.


Wayeseyala izinceku zakhe eziyizinyanga ukuba zigqumise isidumbu sikayise ngemithi. Izinyanga zamgqumisa-ke u-Israyeli ngemithi.


Bamngcwaba ethuneni lakhe ayeziqophele lona emzini kaDavide. Bambeka endaweni yokulala egcwele iphunga elimnandi namakha anhlobonhlobo ayexutshwe alungiswa ngokwenza komthaki. Bashisa impepho eningi kakhulu.


Wenze okungangamandla akhe; uwugcobile umzimba wami, ewugcobela ukuba umbelwe ngaphambi kwesikhathi.


Ngakho uJesu wathi: “Myeke, ukuze awalondolozele usuku lokungcwatshwa kwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite