Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 19:35 - IsiZulu 2020

35 Lowo obonileyo ufakazile futhi ubufakazi bakhe buqinisile, futhi lowo uyazi ukuthi ukhuluma iqiniso, ukuze nani nikholwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Obonileyo ufakazile, ubufakazi bakhe buqinisile; yena-ke uyazi ukuthi ukhuluma iqiniso, ukuze nikholwe nani.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

35 Lowo obonileyo ufakazile, nobufakazi bakhe buqinisile, naye uyazi ukuthi ukhuluma iqiniso, ukuze nani nikholwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

35 Lowo obonileyo ufakazile, nobufakazi bakhe buqinisile, naye uyazi ukuthi ukhuluma iqiniso, ukuze nani nikholwe.

Gade chapit la Kopi




Johane 19:35
15 Referans Kwoze  

Nguye lo mfundi ofakaza ngalezi zinto, futhi nobhale ngalokhu. Siyazi ukuthi ubufakazi bakhe buyiqiniso.


Nani niyakufakaza, ngokuba beninami kwasekuqaleni.”


Ngakho-ke ngiyawagqugquzela amalunga aphakathi kwenu, mina engiyilunga kanye nawo, nofakazi wezinhlupheko zikaKhristu, nomhlanganyeli enkazimulweni ezakwembulwa, ngithi:


Nakuba yikuphi okwakulotshwe phambilini, kwalotshelwa ukuba kusifundise ukuthi ngokubekezela nangokugqugquzelwa yimibhalo, sibe nethemba.


“Thina singofakazi bazo zonke izinto azenzayo ezweni labaJuda naseJerusalema, Yena lo bambulala ngokumphanyeka emthini.


Kepha lezi zilotshiwe ukuba nikholwe ukuthi uJesu unguKhristu, iNdodana kaNkulunkulu, nokuthi nikholwe, nibe nokuphila egameni lakhe.


Nginilobele lokho ukuze nazi ukuthi ninokuphila okuphakade, nina enikholwa egameni leNdodana kaNkulunkulu.


Kuthe uJesu embona unina nomfundi amthandayo bemi ngalapho, wathi kunina: “Mame, bheka indodana yakho.”


Manje senginitshelile kungakenzeki, ukuze nikholwe lapho sekwenzekile.


Bengazi Mina ukuthi uhlala ungizwa, kodwa ngenxa yesixuku esingiphahlileyo ngikushilo lokho, ukuze sikholwe wukuthi nguwe ongithumileyo.”


Kepha ngiyathokoza ngenxa yenu ngokuthi bengingekho lapho, ukuze nikholwe, kodwa masihambe siye kuye.”


UDemethriyu ufakazelwa yibo bonke abantu, ngisho neqiniso uqobo. Nathi-ke siyafakaza ngaye, uyazi-ke nawe ukuthi ubufakazi bethu buliqiniso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite