Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 19:31 - IsiZulu 2020

31 Ngakho-ke abaJuda, lokhu kwakulusuku lokulungisela, nokuba izidumbu zingahlali esiphambanweni ngesabatha, ngenxa yokuba isabatha kwakulusuku olukhulu, bacela kuPilatu ukuba kwephulwe imilenze yababethelweyo, bese besuswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Khona abaJuda, ngokuba kwakungolokulungisela, ukuze izidumbu zingahlali esiphambanweni ngesabatha, ngokuba lolo suku lwesabatha lwalulukhulu, banxusa uPilatu ukuba yaphulwe imilenze yabo, basuswe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Ngakho abaJuda, njengoba kwakulilungiselelo, ukuba izidumbu zingahlali esiphambanweni ngesabatha, ngokuba lolo suku lwesabatha lwaluwusuku olukhulu, acela kuPilatu ukuba yephulwe imilenze yabo, bathathwe. kude.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Ngakho abaJuda, njengoba kwakulilungiselelo, ukuba izidumbu zingahlali esiphambanweni ngesabatha, ngokuba lolo suku lwesabatha lwaluwusuku olukhulu, acela kuPilatu ukuba yephulwe imilenze yabo, bathathwe kude.

Gade chapit la Kopi




Johane 19:31
12 Referans Kwoze  

Kwakulusuku lokulungiselela iPhasika, cishe sekuyihora lesithupha. UPilatu wathi kubaJuda: “Nansi-ke, inkosi yenu.”


Ngakho-ke ngenxa yokuthi kwakulusuku lwabaJuda lokulungisela iSabatha, bambeka kulelo thuna uJesu ngoba laliseduze.


Kwathi sekuhlwile, ngokuba kwakulusuku lokulungiselela usuku olwandulela isabatha,


Inkosi yase-Ayi wayilengisa emthini kwaze kwaba kusihlwa. Ngokushona kwelanga uJoshuwa wayala ukuba basehlise isidumbu sayo emthini, basitshinge esangweni lomuzi, base bebeka inqwaba enkulu yamatshe phezu kwaso, esekhona nanamuhla.


UPilatu wayesemthatha uJesu, wambhaxabula.


Nidle inyama yabantu bami, nabaxebula isikhumba sabo, amathambo abo nawaphoqophoqoza, nabaqobaqobela ebhodweni nakugalaza njengenyama.”


Olungileyo uyayinakekela impilo yesilwane sakhe, kepha isihe sezikhohlakali siwulunya.


Ngosuku lokuqala niyoba nombuthano ongcwele, nangosuku lwesikhombisa. Aniyukusebenza ngalezo zinsuku; niyolungisa kuphela lokho okuyobe kuzodliwa ngabantu bonke.


Ngakusasa, ngosuku olulandela uSuku Lokulungisela, abaphristi abakhulu nabaFarisi babuthana kuPilatu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite