Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 19:25 - IsiZulu 2020

25 Ngasesiphambanweni sikaJesu kwakumi unina, udadewabo kanina, uMariya umkaKleyophase, noMariya Magdalena.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kepha kwakumi ngasesiphambanweni sikaJesu unina kanye nodadewabo kanina, uMariya umkaKleyophase, noMariya Magdalena.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Kwakumi ngasesiphambanweni sikaJesu unina, nodadewabo kanina, noMariya umkaKleyophase, noMariya Magdalena.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kwakumi ngasesiphambanweni sikaJesu unina, nodadewabo kanina, noMariya umkaKleyophase, noMariya Magdalena.

Gade chapit la Kopi




Johane 19:25
10 Referans Kwoze  

Bonke abazana naye, nabesifazane ababemlandela bevela eGalile, bema kude, bebuka lezi zinto.


Kwathi ngosuku lokuqala lweviki, uMariya Magdalena wafika ethuneni ekuseni kusemnyama, wabona itshe lisusiwe emnyango wethuna.


Omunye wabo, ogama lakhe nguKleyophase, waphendula, wathi kuye: “Ngabe nguwe wedwa yini oyisihambi eJerusalema, ongazazi izinto ezenzekileyo khona kulezi zinsuku na?”


Kwakukhona nabanye besifazane ababephulukiswe komoya ababi nasezifweni: kwakungoMariya obizwa ngoMagdalena, okwakuphume kuye amadimoni ayisikhombisa,


yebo, inkemba iyakudabula nowakho umphefumulo – ukuba kwambulwe izizindlo zezinhliziyo eziningi.”


UJesu esevukile ekuseni ngosuku lokuqala lweviki, wabonakala kuqala kuMariya Magdalena ayekhiphe kuye amadimoni ayisikhombisa.


Kwathi uJesu esakhuluma nezixuku, unina nabafowabo bema ngaphandle befuna ukukhuluma naye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite