Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 19:1 - IsiZulu 2020

1 UPilatu wayesemthatha uJesu, wambhaxabula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UPilatu wayesemthatha uJesu, wamshaya.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Khona uPilatu wamthatha uJesu, wambhaxabula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Khona uPilatu wamthatha uJesu, wambhaxabula.

Gade chapit la Kopi




Johane 19:1
16 Referans Kwoze  

Yebo, yahlatshwa ngenxa yeziphambeko zethu, yachotshozwa ngobubi bethu; isijeziso sethu saba phezu kwayo, ukuze sibe nokuthula; nangemivimbo yayo, siphilisiwe thina.


Bazakuyinikela kwabezizwe ukuba iklolodelwe, ishaywe, ibethelwe esiphambanweni, kodwa ngosuku lwesithathu izakuvuswa.”


Nganika abashayi umhlane, nezihlathi zami kubo abahluthula isilevu; angibusithelisanga ubuso bami ekungcofweni nasekufelweni ngamathe.


Ngakho-ke ngiyakumshaya, bese ngimkhulula.”


bayishaye, bayibulale; kodwa ngosuku lwesithathu, izakuvuka.”


Kepha bamcindezela bememeza kakhulu, befuna ukuba abethelwe. Kwaphumelela ukumemeza kwabo.


Ngalokho-ke bhekani, ngithumela kini abaphrofethi, abahlakaniphileyo nezazimthetho. Abanye niyakubabulala, abanye nibabethele, abanye nibashaye emasinagogeni enu, nibaxoshe imizi ngemizi.


Kwaphambana imivimbo emhlane wami, kwangathi yimisele edatshulwe ngabalimi ensimini.


owathwala izono zethu emzimbeni wakhe, emthini, ukuze kuthi sesifile ezonweni, siphile ekulungeni. Ngemivimbo yakhe naphiliswa,


abanye balingwa, bajivazwa, bashaywa; yebo, baboshwa, bafakwa ejele.


KubaJuda, ngabhaxatshulwa imivimbo engama-40, amahlandla ayisihlanu, kusala kuphela owodwa ema-40.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite