Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 18:40 - IsiZulu 2020

40 Bamemeza futhi bonke, bathi: “Hhayi lo muntu, kodwa uBharabha.” Nakuba uBharabha wayengumphangi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Khona babuye bamemeza bonke, bathi: “Qha lona, kodwa uBaraba.” Kepha uBaraba wayengumphangi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Base bephinda bememeza bonke, bathi: “Makungabi lumuntu, kodwa uBarabasi; Manje uBaraba wayengumphangi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Base bephinda bememeza bonke, bathi: “Makungabi lumuntu, kodwa uBarabasi; Manje uBaraba wayengumphangi.

Gade chapit la Kopi




Johane 18:40
8 Referans Kwoze  

Wamkhulula lowo owayeboshwe ngenxa yokudala isiyaluyalu nokubulala, ababemcelile, kodwa uJesu wamnikela kubo njengokuthanda kwabo.


Khona uPilatu ethanda ukuthokozisa isixuku wasikhululela uBharabha, kepha wamshaya uJesu, wamnikela ukuba abethelwe.


Kwakukhona omunye owayebizwa ngoBharabha, owayeboshwe namahlubuka, okwathi ngesikhathi sokuhlubuka, babulala umuntu.


UPilatu wayesebakhululela uBharabha, kodwa eseshayiwe uJesu, wamnikela ukuba abethelwe esiphambanweni.


Ngaleso sikhathi kwakukhona isiboshwa esiluhlupho okwakuthiwa uJesu Bharabha.


Ngaleso sikhathi uJesu wathi ezixukwini: “Niphume kungathi nize kumphangi, niphethe izinkemba nezinduku, nizongibamba na? Nsuku zonke bengifundisa ethempelini, kodwa anizange ningibambe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite