Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 11:20 - IsiZulu 2020

20 UMartha ezwa ukuthi uJesu uyeza, wamhlangabeza, kodwa uMariya wayehleli endlini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ngakho uMarta esezwe ukuthi uJesu uyeza, waya ukumhlangabeza, kepha uMariya wahlala endlini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Khona uMarta esezwile ukuthi uJesu uyeza, wamhlangabeza; kepha uMariya wahlala endlini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Khona uMarta esezwile ukuthi uJesu uyeza, wamhlangabeza; kepha uMariya wahlala endlini.

Gade chapit la Kopi




Johane 11:20
7 Referans Kwoze  

Lapho-ke, thina esisaphila, sisele, siyakuhlwithwa kanye nabo emafini, sihlangane neNkosi emoyeni. Siyakuhlala nayo njalo iNkosi.


Kuthe abazalwane sebezwile ngathi basuka khona, beza kithi bezosihlangabeza, baze bafika e-Aphiyo Foru naseThresi Thaberne. Kwathi ebabona uPawula, wabonga uNkulunkulu, wama isibindi.


Kuthe uPhethro esezofika khona, uKhorneliyu wamhlangabeza, wawa ngobuso, wathi mbo phansi ngasezinyaweni zikaPhethro, wakhuleka.


Kepha uJesu wayengakafiki emzini; wayesekuleyo ndawo uMartha ayemhlangabeze kuyo.


“Khona umbuso wezulu uzakufaniswa nezintombi ezilishumi ezathatha izibani zazo, zaphuma zayohlangabeza umyeni.


“Kwathi phakathi kwamabili, kwamenyezwa kwathiwa: ‘nangu umyeni eza; phumani nimhlangabeze!’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite