Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 1:5 - IsiZulu 2020

5 Ukukhanya kukhanya ebumnyameni, kepha ubumnyama abukwazanga ukukucima.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 ukukhanya kukhanya ebumnyameni, kepha ubumnyama abukwamukelanga.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Ukukhanya kukhanya ebumnyameni; ubumnyama abukwamukelanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ukukhanya kukhanya ebumnyameni; ubumnyama abukwamukelanga.

Gade chapit la Kopi




Johane 1:5
10 Referans Kwoze  

Umuntu wemvelo akakwamukeli okukaMoya kaNkulunkulu, ngokuba kungubuwula kuye, futhi angekuqonde lokho; kuqondisiswa ngokomoya.


ULizwi wayekhona ezweni. Izwe lavela ngaye, kodwa izwe alimazanga.


Njengalokhu benqaba ukukubona, kuyinto enhle ukumazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabayekela ekungaqondini kwabo ukwenza okungemukelekile.


“Kuyoze kube nini ziwula ndini nithanda ubuwula, nani zedeleli, nithokoziswa ngukweyisa, nani ziwula nizonda ulwazi na?


Umuntu akasokheli isibani asibeke phansi kwesitsha, kodwa usifaka othini ukuze sibakhanyisele bonke abasendlini.


ukuze uvule amehlo abo basuke ebumnyameni, baphendukele ekukhanyeni, basuke emandleni kaSathane, baphendukele kuNkulunkulu, baze bamukeliswe ukuthethelelwa kwezono nesabelo phakathi kwalabo abangcweliswe ngokukholwa kimi.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite