Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 9:26 - IsiZulu 2020

26 Kuthe esefikile eJerusalema, wazama ukuzihlanganisa nabafundi, kodwa bonke babemesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Esefikile eJerusalema wazama ukuzihlanganisa nabafundi; kepha bonke bamesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Kwathi uSawuli esefikile eJerusalema, walinga ukuzihlanganisa labafundi, kodwa bonke babemesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kwathi uSawuli esefikile eJerusalema, walinga ukuzihlanganisa labafundi, kodwa bonke babemesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 9:26
9 Referans Kwoze  

kodwa ngamemezela kwabaseDamaseku kuqala, nakwabaseJerusalema, nakulo lonke iJudiya nakwabezizwe ukuba baphenduke, baguqukele kuNkulunkulu, benze imisebenzi efanele ukuphenduka.


Kuthe esedlile, abuya amandla. Wahlala nabafundi baseDamaseku izinsuku ezithile.


Kukhona abazalwane mbumbulu abangena isinyenyela bezokuba yizinhloli zenkululeko esinayo kuKhristu uJesu, ukuze basenze izigqila.


Kuthe sebededelwe, baya kwabakubo; bababikela konke abaphristi abakhulu namalunga abakushilo kubo.


Abaningi bayakukhubeka, bakhaphelane, futhi bazondane.


Kepha abafundi bamshushumbisa ebusuku, bamehlisa ogangeni bemfake eqomeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite