Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 9:25 - IsiZulu 2020

25 Kepha abafundi bamshushumbisa ebusuku, bamehlisa ogangeni bemfake eqomeni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Abafundi base bemthatha ebusuku, bamehlisa ogangeni, bemewula ngeqoma.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Khona abafundi bamthatha ebusuku, bamehlisa ngogange ngeqoma.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Khona abafundi bamthatha ebusuku, bamehlisa ngogange ngeqoma.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 9:25
7 Referans Kwoze  

ngehliswa ngefasitela ogangeni ngifakwe esilulwini, ngaphunyuka kanjalo ezandleni zayo.


URahabi wayesewehlisa ngentambo aphuma ngefasitela, ngoba indlu ayehlala kuyo yayiyingxenye yodonga lomuzi, yena ehlala ngaphakathi kodonga.


Badla bonke, basutha, babutha imvuthuluka eseleyo, yagcwala iziqabetho eziyisikhombisa.


Kepha icebo labo laziwa nguSawula. Babemlindela ngisho nasemasangweni, imini nobusuku, ukuze bambulale.


Kuthe esefikile eJerusalema, wazama ukuzihlanganisa nabafundi, kodwa bonke babemesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi.


Abafundi bazimisela ukuba kube yilowo nalowo ngangamandla akhe, bathumele okokusiza abazalwane eJudiya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite