Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 8:13 - IsiZulu 2020

13 USimoni naye wakholwa; esebhabhadisiwe wamlandela uFiliphu, emangaliswa izibonakaliso nemisebenzi emikhulu yamandla eyayenzeka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Naye uSimoni wakholwa; wathi esebhapathiziwe, wanamathela kuFiliphu, wamangala ebona izibonakaliso nemisebenzi emikhulu yamandla eyenziwayo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Naye uSimoni wakholwa, esebhapathiziwe wanamathela kuFiliphu, wamangala ebona izibonakaliso nezibonakaliso ezenziwayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Naye uSimoni wakholwa, esebhapathiziwe wanamathela kuFiliphu, wamangala ebona izibonakaliso nezibonakaliso ezenziwayo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 8:13
16 Referans Kwoze  

UNkulunkulu wenza imisebenzi yamandla engavamile ngezandla zikaPawula,


Ngokuba uYise uyayithanda iNdodana, uyikhombisa konke akwenzayo. Uyakuyikhombisa ngisho imisebenzi emikhulu kunale, ukuba nimangale.


NgeSabatha elilandelayo, kwabuthana cishe bonke abavela emzini ukuba bazokuzwa izwi likaNkulunkulu.


UJesu waphendula, wathi kubo: “Ngenze umsebenzi owodwa nje, kodwa nonke niyamangala.


Abasedwaleni, yilabo okuthi lapho belizwa izwi, balamukele ngokuthokoza, kodwa laba kabanampande, bayakholwa isikhashana, kuthi uma kufika isikhathi sokulingwa bahlubuke.


Lezi zibonakaliso ziyakubonakala kwabakholwayo: Bayakukhipha amadimoni ngegama lami, bakhulume ngezilimi ezintsha.


Awunasabelo nalifa kuleli lizwi, ngokuba inhliziyo yakho ayilungile phambi kukaNkulunkulu.


Kepha bayibona ukuthi iyona le ebihlala ngaseMnyango Omuhle wethempeli, inqiba, bagcwala ukumangala nokwesaba ngokwakwenzeke kuyo.


Bhekani phakathi kwezizwe, nibuke, nishaqeke ngokumangala, ngokuba ngizakwenza isimanga ezinsukwini zenu eningayukusikholwa, lapho kulandwa ngaso.


babhabhadiswa nguye emfuleni iJordani, bevuma izono zabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite