Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 7:41 - IsiZulu 2020

41 “Benza ithole ngaleyo mihla, bethula umhlatshelo esithombeni, bathokoza emsebenzini wezandla zabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Benza ithole ngaleyo mihla, baletha umhlatshelo esithombeni, bajabula ngemisebenzi yezandla zabo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

41 Benza ithole ngalezo zinsuku, banikela ngomhlatshelo esithombeni, bathokoza ngemisebenzi yezandla zabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Benza ithole ngalezo zinsuku, banikela ngomhlatshelo esithombeni, bathokoza ngemisebenzi yezandla zabo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 7:41
11 Referans Kwoze  

ngisho lapho sebezibumbele umfanekiso wethole, bethi: ‘Lona nguNkulunkulu wethu, owasikhipha eGibhithe,’ nalapho benza amahlazo esabekayo.


Kepha abanye abantu abangabulawanga ngalezo zinhlupheko abaphendukanga emisebenzini yezandla zabo, ukuba bangakhuleki kuwo amadimoni, nakuzo izithombe zegolide, ezesiliva, ezethusi, ezamatshe, ezemithi, ezingaboni, ezingezwa, nezingahambi.


“Ngamthola u-Israyeli njengezithelo zomvini ehlane, ngabona okhokho bakho njengolibo lomkhiwane emkhiwaneni lapho uqala. Kepha bafika eBhali Pheyori, bazinikela ehlazweni, baba ngokunengekayo njengalokho abakuthandayo.


Israyeli, ungajabuli, ngokuthokoza okufana nokwabezizwe, ngokuba uzifebele wena, wahlubuka kuNkulunkulu wakho, wathanda inkokhelo yesifebe kuzo zonke izibuya zokusanhlamvu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite