Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 4:3 - IsiZulu 2020

3 Bababamba, babafaka ejele kwaze kwaba lusuku olulandelayo, ngokuba kwase kuhlwile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 bababamba, babafaka etilongweni kwaze kwaba kusasa, ngokuba kwase kuhlwile.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Basebebabamba, babafaka entolongweni kwaze kwaba ngakusasa, ngoba kwasekuhlwile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Basebebabamba, babafaka entolongweni kwaze kwaba ngakusasa, ngoba kwasekuhlwile.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 4:3
11 Referans Kwoze  

Babamba abaphostoli, babafaka ejele lombuso.


wacela kuye izincwadi zokuya eDamaseku emasinagogeni, ukuze kuthi uma efumana abantu baleyo Ndlela, abesilisa nabesifazane, abayise eJerusalema beboshiwe.


Kodwa uSawula walichitha ibandla, engena izindlu ngezindlu, ehudula abesilisa nabesifazane; ebafaka ejele.


Bashusha abantu, amalunga, nezazimthetho ukuba batheleke kuye; bambamba, bamyisa emkhandlwini.


Isigejane samabutho, induna yenkulungwane, nezikhonzi zabaJuda bambamba uJesu, bambopha.


Base bembamba, bahamba naye, bamyisa endlini yomphristi omkhulu. UPhethro walandela ekude.


Wathi uJesu kubaphristi abakhulu, ezinduneni zethempeli, nakumalunga ababeze kuye ukuzombopha: “Niphume niphethe izinkemba nezagila sengathi nize kumphangi na?


Kuthe uJesu esezwile ukuthi uJohane uboshiwe, wahamba waya eGalile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite