Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 4:16 - IsiZulu 2020

16 bethi: “Sizakwenzani ngalaba bantu na? Ngokuba kusobala kubo bonke abakhileyo eJesuralema ukuthi yibona abenze isibonakaliso esikhulu esingenakho ukusiphika.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 bathi: “Sizakubenzani laba bantu na? Ngokuba kusobala kubo bonke abakhileyo eJerusalema ukuthi isibonakaliso esiqhamileyo senziwe yibo, asinakukuphika.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 besithi: Sizakwenzani kulababantu? Ngokuba isibonakaliso esiphawulekayo senziwe yibo kusobala kubo bonke abakhileyo eJerusalema; futhi ngeke sikuphike.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Besithi: Sizakwenzani kulababantu? Ngokuba isibonakaliso esiphawulekayo senziwe yibo kusobala kubo bonke abakhileyo eJerusalema; futhi ngeke sikuphike.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 4:16
10 Referans Kwoze  

Kepha abakwazanga ukumelana nokuhlakanipha noMoya ayekhuluma ngakho.


Yingakho-ke isixuku sahamba samhlangabeza, ngokuba sasizwile ukuthi wenze leso sibonakaliso.


ngokuba Mina ngiyakunifunza amazwi nokuhlakanipha abangayukwazi ukumelana nakho noma baphikisane nakho bonke labo abalwa nani.


Ngaleso sikhathi kwakukhona isiboshwa esiluhlupho okwakuthiwa uJesu Bharabha.


Impongo yayisizikhulisa kakhulu; kwathi lapho isinamandla, uphondo olukhulu lwephuka; esikhundleni salo kwamila ezine ezigqamileyo ngasemimoyeni yomine yezulu.


Ngisacabanga, bheka, kwavela impongo ngasentshonalanga ebusweni bawo wonke umhlaba, kodwa ayiwuthintanga umhlaba; impongo yayinophondo olugqamileyo phakathi kwamehlo ayo.


“Bathi kuye: ‘Ngokuba akukho muntu osiqashileyo.’ “Wathi kubo: ‘Hambani nani niye esivinini.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite