Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 28:5 - IsiZulu 2020

5 Kepha wasinikinela isilwane emlilweni, akaze alimala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kodwa yena wasinikinela isilwane emlilweni, akaze alimala.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Wasihluthunela isilo emlilweni, akezwa lutho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wasihluthunela isilo emlilweni, akezwa lutho.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 28:5
8 Referans Kwoze  

Niyabona, ngininike igunya lokunyathela izinyoka nawofezela, naphezu kwamandla wonke esitha; akukho lutho oluyakunilimaza.


Bayakubamba izinyoka; uma bephuza okubulalayo, akuyukuba nangozi kubo, bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, basinde.”


Uyonyathela ingonyama nebululu, ufihlize phansi ibhongo lengonyama nodrago.


Kepha uNkulunkulu wokuthula uzakumchoboza masinyane uSathane phansi kwezinyawo zenu. Umusa weNkosi yethu uKhristu mawube nani.


Babheka belindele ukuthi usazovuvuka noma afumbeke phansi ngokushesha, afe, kodwa sebelinde isikhathi eside, bebona engehlelwa ngozi, base beguqula umqondo, bathi ungunkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite