Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 28:1 - IsiZulu 2020

1 Kwathi sesifikile endaweni ephephile, sezwa ukuthi leso siqhingi kuthiwa iMelitha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi sesisindile khona, sezwa ukuthi isiqhingi sithiwa iMelitha.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Sebephunyukile, bazi ukuthi isiqhingi sithiwa iMelitha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Sebephunyukile, bazi ukuthi isiqhingi sithiwa iMelitha.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 28:1
6 Referans Kwoze  

Kepha kufanele ukuba siphumele esiqhingini esithile.”


Ababesele balandele, abanye ngamapulangwe, abanye ngezinye izinto zomkhumbi. Kwenzeka kanjalo-ke ukuthi bonke baphumele emhlabathini bephephile.


Kuthe sekusile, abaze balazi izwe, kepha babona itheku elithile elinesihlabathi, abanquma ukuba baqhubele kulo umkhumbi, uma kungenzeka.


Kuthe esewubonile lowo mbono; wafuna ukuya ngokushesha eMakhedoniya, ngokuba sasikholwa ukuthi uNkulunkulu usibizile ukuba sishumayele ivangeli kubo.


Sebedabulile esiqhingini sonke, baze bayofika ePhafu, bafumana indoda thize lapho eyabe ingumlumbi nomphrofethi wamanga, umJuda, ogama lakhe kunguBharjesu,


Kwathi sekunqunyiwe ukuba siye e-Ithaliya ngomkhumbi, banikela uPawula nezinye iziboshwa ezithile esandleni senduna yekhulu, igama layo nguJuliyase, eyebutho likaKhesari.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite