Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 27:37 - IsiZulu 2020

37 Sesisonke emkhunjini sasingama-276.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Thina sonke esasisemkhunjini besingabantu abangamakhulu amabili namashumi ayisikhombisa nesithupha.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

37 Sasisonke emkhunjini siyimiphefumulo engamakhulu amabili namashumi ayisikhombisa nesithupha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Sasisonke emkhunjini siyimiphefumulo engamakhulu amabili namashumi ayisikhombisa nesithupha.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 27:37
5 Referans Kwoze  

Ngakho-ke abalamukelayo izwi lakhe babhabhadiswa, kwanezelelwa ngalolo suku abantu okungathi bayizi-3 000.


kulabo abangalalelanga lapho uNkulunkulu ebalindele ngokubekezela emihleni kaNowa, umkhumbi usakhiwa, okwasindiswa abayingcosana, abayisishiyagalombili ababekuwo, ngawo amanzi.


Akube yilowo nalowo azithobe phansi kwamandla ombuso. Ngokuba akukho mandla ombuso angaveli kuNkulunkulu. Lawa akhona amiswe nguNkulunkulu.


UJosefa wathumela, walanda uyise uJakobe nabo bonke abakubo, abantu abangama-75.


Kwathi lapho sebesuthi, bawulahla olwandle ukolo ukuze umkhumbi ungasindwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite