Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 27:27 - IsiZulu 2020

27 Kwathi ebusuku, phakathi kwamabili, ngolwe-14 silokhu sintanta olwandle e-Adriya, ababesemkhunjini bacabanga ukuthi sebesondela ezweni thizeni,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Kwathi ukuba kufike ubusuku beshumi nane sisazulazuliswa elwandle lwase-Adriya phakathi kobusuku, abomkhumbi bacabanga ukuthi bayasondela ezweni elithile.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Kwathi sekufike ubusuku beshumi nane, sisazulazula e-Adriya, phakathi kobusuku abaqhubi bemikhumbi bacabanga ukuthi sebesondele ezweni elithile;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Kwathi sekufike ubusuku beshumi nane, sisazulazula e-Adriya, phakathi kobusuku abaqhubi bemikhumbi bacabanga ukuthi sebesondele ezweni elithile;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 27:27
6 Referans Kwoze  

Ngokuba ngehora linye vo, ingcebo engaka isishabalalisiwe.’ “Bonke abashayeli bemikhumbi, bonke abaya noma kuphi ngomkhumbi, amatilosi, nabo bonke abasebenza olwandle bamela kude,


Ababegibele emkhunjini base befuna ukubaleka kuwo, behlisela isikebhe olwandle, kwaba sengathi bazakuphonsa amahange enhlokweni yomkhumbi,


Umkhuzi wamatilosi weza kuJona, wathi: “Ungalala kanjani uhuqe ubuthongo kunje? Vuka ubize owakho uNkulunkulu, mhlawumbe angasizwa, singashabalali.”


UHiramu wathumela ngaleyo mikhumbi izinceku zakhe, ezazingamatilosi ayelwazi ulwandle, kanye nezinceku zikaSolomoni.


Kepha kufanele ukuba siphumele esiqhingini esithile.”


base bephonsa intambo yokukala, bathola ukuthi ngamafathome angama-20. Baphinda baqhubeka kancane, bayiphonsa futhi, base bethola ukuthi sekungamafathome ali-15.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite