Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 26:31 - IsiZulu 2020

31 kwathi sebegudlukile, bakhuluma bodwa, bathi: “Lo muntu akenzanga lutho olufanele ukuba afe noma ukuboshwa.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 kwathi sebegudlukile, bakhuluma bodwa, bathi: “Lo muntu akenzi lutho olufanele ukufa noma izibopho.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Sebesukile bakhuluma bodwa, bathi: “Lo akenzi lutho olufanele ukufa nokuboshwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Sebesukile bakhuluma bodwa, bathi: “Lo akenzi lutho olufanele ukufa nokuboshwa.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 26:31
10 Referans Kwoze  

Ngafumana ukuthi imangalelwe ngezindaba zomthetho wakubo, kodwa kungekho lutho olufanele ukubulawa noma ukuboshwa.


Kwaqubuka omkhulu umsindo, kwase kusukuma abathile beqembu labaFarisi abayizazimthetho, balwa kakhulu, bethi: “Asifumani lutho olubi kulo muntu. Siyothini uma kukhulume ingelosi noma umoya kuye na?”


Athi esengihlolile, afuna ukungikhulula, ngokuba athi awafumani cala kimi elifanelwe ukuba ngife.


Kepha kube ngobumnene nangokwesaba, ninonembeza omsulwa, ukuze kuthi kulokho abaninyembenya ngakho, bajabhiswe laba abahlambalaza ukuhamba kwenu okuhle kuKhristu.


mina angifumananga lutho olufanele ukufa kwakwenzileyo, kodwa ngenxa yokuthi ulwedlulisele kuKhesari udaba lwakhe, nginqume ukumthumela lapho.


UPilatu wayesethi kubaphristi abakhulu nasezixukwini: “Angitholi cala kulo muntu.”


Lapho uDavide eyibona ingelosi eyayibulala abantu, wathi kuSimakade: “Bheka, yimi engonile, ngenza okubi, kodwa lezi zimvu zenzeni na? Isandla sakho masibe phezu kwami naphezu kwendlu kababa.”


Izikhulu nabo bonke abantu bathi kubaphristi nabaphrofethi: “Lo muntu akafanele ukufa, ngokuba ukhulume kithi egameni likaSimakade uNkulunkulu wethu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite