Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 25:5 - IsiZulu 2020

5 Wayesethi: “Makwehle kanye nami izikhulu phakathi kwenu, uma kukhona utho olubi elwenzileyo le ndoda, aziyimangalele.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 wathi: “Izikhulu phakathi kwenu azehle nami; uma kukhona utho olubi kuleyo ndoda, aziyimangalele.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Wathi-ke labo abanamandla phakathi kwenu mabehle nami, bambeke icala lo muntu, uma kukhona okubi kuyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wathi-ke labo abanamandla phakathi kwenu mabehle nami, bambeke icala lo muntu, uma kukhona okubi kuyo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 25:5
11 Referans Kwoze  

mina angifumananga lutho olufanele ukufa kwakwenzileyo, kodwa ngenxa yokuthi ulwedlulisele kuKhesari udaba lwakhe, nginqume ukumthumela lapho.


Ngabaphendula ngathi akusiwo umkhuba wamaRoma ukudlulisa umuntu omangalelwe engakamiswa phambi kwabammangaleleyo, athole ithuba lokuziphendulela ngecala amangalelwe ngalo.


Wayala abayibeka icala ukuba beze kuwe, ukuze uyiphenye ngemibuzo wena uqobo, uzwe konke esiyimangalela ngakho.”


Kuthe sekudaluliwe kimi ukuthi kunozungu eboshelwe lona, ngayithumela kuwe ngokushesha, ngabayala nabayimangalelayo ukuba beze kuwe bazokhuluma ngayo phambi kwakho.”


Kuthe uPawula esathi nje uvula umlomo, uGaliyu wathi kubaJuda: “Nina baJuda ndini, ukuba bekuyicala noma ubugebengu obubi, bekufanele nginibekezelele,


Kepha uFestu wabaphendula ngokuthi uPawula njengoba egcinwe eKhesariya nje, naye usazobuyela khona lapho ngokushesha.


Esehlalile nabo izinsuku ezingaphezu kweziyisishiyagalombili noma ezilishumi, wehlela eKhesariya. Ngakusasa wahlala esihlalweni sokwehlulela, wayaleza ukuba uPawula alethwe kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite