Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 24:17 - IsiZulu 2020

17 “Kwathi emva kweminyaka eminingi, ngabuyela esizweni sakithi, ngilethe izipho neminikelo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 “Kwathi emva kweminyaka eminingi ngafika ukuletha izipho esizweni sakithi neminikelo,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Kwathi emva kweminyaka eminingi ngafika ukuletha izipho esizweni sakithi neminikelo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kwathi emva kweminyaka eminingi ngafika ukuletha izipho esizweni sakithi neminikelo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 24:17
14 Referans Kwoze  

Kuphela sikhumbule abampofu, okuyiyona nto nami ebengilangezelela ukuyenza.


Ngokuba ukukhonza ngale nkonzo, akuqedi nje ukweswela kwabangcwele, kodwa kwenza ukuba kuvame ukubonga uNkulunkulu kwabaningi.


Ngokuba niyawazi umusa weNkosi yethu uJesu uKhristu ukuthi, ngenxa yenu waba mpofu nakuba ayecebile, ukuze ngobuphofu bakhe nina nicebe.


ukuze ngiphephe engozini kulabo abangakholwayo baseJudiya nokuba inkonzo yami eJerusalema yamukeleke kwabangcwele,


Ngokuba uPawula wayenqumile ukudlula e-Efesu ngomkhumbi ukuze angachithi sikhathi e-Asiya. Phela wayephuthuma ukuze, uma kwenzeka, abe seJerusalema ngosuku lwePhentekhoste.


Ngakho-ke uPawula wathatha lawo madoda, kwathi ngakusasa wazihlambulula kanye nawo, wangena ethempelini, wabazisa ngokuphela kwezinsuku zokuhlanjululwa, kuze kwenziwe umnikelo walowo nalowo.


Ngakho qaphelani, nikhumbule ukuthi iminyaka emithathu, ubusuku nemini angiyekanga ukuniluleka nonke ngamunye ngezinyembezi.


Wayenethemba futhi lokuthi uPawula uzakumnika imali, ngalokho-ke wayelokhu ethumela embiza, akhulume naye.


saze samncenga uThithu njengokuba wayesevele eqalile phambilini ukuba nakini awufeze futhi lowo msebenzi womusa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite