Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 24:13 - IsiZulu 2020

13 Futhi abanakubeka bufakazi kuwe ngalokhu abangibeka icala ngakho manje.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 futhi bangekuqinise kuwe lokhu abangibeka icala ngakho manje.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Futhi abanakufakazela lokho abangimangalela ngakho manje.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Futhi abanakufakazela lokho abangimangalela ngakho manje.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 24:13
4 Referans Kwoze  

Esefikile, abaJuda ababehle bevela eJerusalema bema bemngungile, bambeka uxhaxha lwamacala anzima abangenabufakazi bawo.


Kepha kube ngobumnene nangokwesaba, ninonembeza omsulwa, ukuze kuthi kulokho abaninyembenya ngakho, bajabhiswe laba abahlambalaza ukuhamba kwenu okuhle kuKhristu.


Kwathi lapho engasesangweni kwaBhenjamini, bheka, umphathi wabalindi okwakuthiwa ngu-Iriya, indodana kaShelemiya kaHananiya; wambamba uJeremiya, umphrofethi, wathi: “Uhlubukela kumaKhaledi.”


Ayesethi lawo madoda: “Asiyikuthola lutho ngoDaniyeli, ngaphandle kokuthi sithole okuqondene nomthetho kaNkulunkulu wakhe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite